Psalms 1302020

1Ngikhala kuwe Simakade ngiphansi otweni.

2Nkosi, yizwa izwi lami; izindlebe zakho mazilalele izwi lokunxusa kwami.

3Uma Wena Simakade ungaqaphela iziphambeko, Nkosi, ngubani ongema na?

4Kepha ukuthethelela kukuwe, ukuze wesatshwe.

5Ngizolindela uSimakade, umphefumulo wami uzolinda, ngiyalethemba izwi lakhe.

6Umphefumulo wami ulindela iNkosi kunabalindi abalindela ukusa.

7U-Israyeli makethembe uSimakade, ngokuba umusa ukuSimakade, nokukhulula konke kukuye.

8Uyomhlenga u-Israyeli kuzona zonke iziphambeko zakhe.

Bible in isiZulu 2020 © Bible Society of South Africa 2020. Digital Version © Bible Society of South Africa 2020. All rights reserved. www.biblesa.co.za. Bible in isiZulu 2020 with Deuterocanonical Bo

Choose Translation

Switch translation for Psalms 130.

Reading Settings

Paragraph viewDisplay verses as flowing paragraphs instead of individual lines
Show verse numbersDisplay verse numbers inline
Red letterHighlight the words of Christ in red

Sign in to save your reading preferences across sessions.