Galatians 2
1 Kwathi emva kweminyaka eyishumi nane ngabuye ngenyukela eJerusalema kanye noBarnaba, ngathatha noThithu.
2 Ngenyuka ngesambulo, ngabalandisa ivangeli engilishumayelayo phakathi kwabezizwe, kepha ngasese kwabadumileyo, funa mhlawumbe ngigijime noma ngigijimele ize.
3 Kepha noThithu owayenami kaphoqwanga ukuba asokwe, engumGreki;
4 futhi ngenxa yabazalwane bamanga abangeniswa bengazi, abangena ngokunyenya ukuze bahlole ukukhululeka kwethu esilakho kuKristu Jesu, ukuze basenze izigqili;
5 esabanika ngokuzithoba, hatshi okwehola; ukuze iqiniso levangeli lihlale kini.
6 Kodwa kulaba abathi banje, (loba babeyini, kakunandaba kimi, uNkulunkulu kakhethi ubuso bamuntu;
7 Kepha ngokuphambene, sebebonile ukuthi ngiphathiswe ivangeli labangasokile, njengalokho lenziwa kuPetru ivangeli labasokile;
8 Ngokuba yena owasebenza ngokuphumelelayo kuPetru ebuphostoli bokusoka nguyena owayenamandla kimi kwabezizwe;)
9 Kwathi oJakobe, noKhefase, noJohane, ababebonakala beyizinsika, bebona umusa engiwuphiweyo, banika mina noBarnaba isandla sokunene sokuhlangana; ukuze siye kwabezizwe, bona baye kwabasokile.
10 Bathanda ukuthi sikhumbule abayanga; lokho nami ebengikulangazelela ukukwenza.
11 Kepha uPetru esefikile e-Antiyokiya ngamelana naye ebusweni, ngokuba wayenecala.
12 Ngokuba bengakafiki abathile ababevela kuJakobe, wadla nabezizwe;
13 Nabanye abaJuda bazenzisa kanye naye; waze wathatheka noBarnabasi ngokuzenzisa kwabo.
14 Kodwa kuthe ngibona ukuthi kabahambanga ngokuqondileyo njengokweqiniso levangeli, ngathi kuPetro phambi kwabo bonke: Uba wena ongumJuda uphila ngendlela yabezizwe, hatshi eyamaJuda, ubacindezela ngani abaJuda? AbeZizwe ukuba baphile njengamaJuda?
15 Thina esingabaJuda ngemvelo, singezona izoni kwabezizwe;
16 sisazi ukuthi umuntu kalungisiswa ngemisebenzi yomthetho, kodwangokholo lukaJesu Kristu, lathi sakholwa kuKristu Jesu, ukuze silungisiswe ngokukholwa kuKristu, njalo kungeyisikho ngemisebenzi yomlayo; ngoba ngemisebenzi yomthetho kakulanyama ezalungisiswa.
17 Kepha uma thina, lapho sifuna ukulungisiswa ngoKristu, nathi ngokwethu sifunyanwa siyizoni, ngakho uKristu uyisikhonzi sesono na? UNkulunkulu akakuvumeli.
18 Ngokuba uma ngibuye ngakhe lokho engikuchithile, ngizenza oweqa.
19 Ngokuba ngomthetho mina ngafa kuwo umthetho, ukuze ngiphile kuNkulunkulu.
20 Ngibethelwe kanye noKristu, nokho ngiyaphila; nokho akumina, kodwa uKristu uphila kimi, nokuphila engikuphila manje enyameni ngikuphila ngokukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.
21 Angiwujabhi umusa kaNkulunkulu; ngokuba uma ukulunga kuvela ngomthetho, khona uKristu wafela ize.