1Dumisani uJehova nina bezizwe zonke, nimbabaze nina bantu bonke.2Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina; iqiniso likaJehova limi phakade. Haleluya!